Masimazi uNkulunkulu | IBandla likaNkulankulu
Автор: World Mission Society Church of God / Global
Загружено: 2025-12-27
Просмотров: 2728
Описание:
IBandla LikaNkulunkulu Likholelwa Ngokugcwele Esithembisweni sikaNkulunkulu futhi Lenza Izwi LikaNkulunkulu
Abantu abafunda isifundo ohambweni lwama-Israyeli lweminyaka engu-40 ehlane, nabelalela uNkulunkulu ngokukholwa esithembisweni sakhe bazobusiswa kukho konke abakwenzayo, ngaphandle kokususwa encwadini kaNkulunkulu.
Esikhathini SikaMoya oNgcwele, Kumele Sazi uKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama
UNkulunkulu uJehova owasindisa ama-Israyeli eGibhithe, noJesu owathethelela izono zabantu ngegazi lakhe eliyigugu elachitheka esiphambanweni, noKristu Ahnsahnghong owabuyisa iqiniso kulesi sikhathi bonke banguNkulunkulu ofanayo.
“Kuyakuthi uma ulalela nokulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, uqaphele ukuyenza yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, uJehova uNkulunkulu wakho akuphakamise phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba.”
UDuteronomi 28:1
[Le vidiyo inegunya lobunikazi Yenhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu. Ukukopisha nokusabalalisa okungagunyaziwe akuvunyelwe.]
〖World Mission Society Church of God〗https://watv.org
〖WATV Media Cast〗 https://watvmedia.org/
Повторяем попытку...
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео
-
Информация по загрузке: