Ukhozi FM TV: Freddy Gwala
Автор: Ukhozi FM TV
Загружено: 2025-03-04
Просмотров: 4391
Описание:
Kubeyintokozo enkulu Ukhozi FM TV luvakashele ingqalabutho, uBaba uFreddy Gwala onamagalelo namava amakhulu emculweni waseNingizimu Afrika ngama 80’s, 90’s nama 2000s. Lombhali wezingoma ophinde azididiyele usekhiphe amacwecwe acela ku 50, namaqembu ahlukahlukene, esingabala khona i-pure gold ne platform one namanye.
Inqalabutho uFreddy Gwala waziqalela umsindo okungowakhe endimeni yomculo abawubiza nge Zoomba, nanamhlanje usabahlula abantu ukuwulingisela. Okumenza kube nguye yedwa ocula loluhlobo lo lomculo.
Kulenkulumo usilandisa kabanzi ngohambo lwakhe kwezomculo, no kholo. Okunye okushaqe abaningi ilapho achaza khona ukuthi yena akaze waboshwa njengezinkolelo ezikhona ukuthi wake waboshwa.
Thamela lesiqephu, ufunde ngalengqalabutho.
#UkhoziFMTV #FreddyGwala #Amadamara #Puregold #PlatformOne #UkhoziFM
Повторяем попытку...
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео
-
Информация по загрузке: