Inhloso Nomgomo Wokholo Lwethu | IBandla likaNkulankulu
Автор: World Mission Society Church of God / Global
Загружено: 2025-06-26
Просмотров: 1202
Описание:
Umgomo Wokholo Abantu Okufanele Babe Nawo Yinsindiso Yemiphefumulo Yethu
Isizathu sokuthi abantu besabe uNkulunkulu futhi baphile impilo elungile ngokwezimfundiso zikaNkulunkulu siwukuba nenjabulo yaphakade embusweni waphakade wezulu, uNkulunkulu awuthembisile.
Yingakho uMphostoli uPawula athi wayegijimela umgomo wokholo—insindiso yemiphefumulo.
UNkulunkulu, Onezihluthulelo Zokuphila Nezokufa, Wafundisa Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade, iPhasika
Ukusiholela ensindisweni yemiphefumulo yethu, umgomo wokholo lwethu, uKhristu u-Ahnsahnghong weza kulo mhlaba okwesibili esenyameni, wabuyisela iPhasika lesivumelwano esisha, elachithwa ngo-AD 325.
Ngokulandela imfundiso yokuthi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu awukwazi ukuhlala ngaphakathi kwethu ngaphandle kwePhasika, amalungu eBandla likaNkulunkulu emhlabeni wonke agcina iPhasika lingcwele.
1 KaPhethro 1:7–9
[U]kuze ubuqotho bokukholwa kwenu, okuyigugu kunegolide elibhubhayo noma livivinywa ngomlilo, kufunyanwe kube ngukubongwa, udumo, nokutuseka mhla kwembulwa uJesu Khristu, . . .
namukela umphumela wokukholwa kwenu oyinsindiso yemiphefumulo.
1 KaJohane 5:11
Yilobu ubufakazi ukuthi uNkulunkulu usiphile ukuphila okuphakade, nalokhu kuphila kuseNdodaneni yakhe.
[Le vidiyo inegunya lobunikazi Yenhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu. Ukukopisha nokusabalalisa okungagunyaziwe akuvunyelwe.]
〖World Mission Society Church of God〗https://watv.org
〖WATV Media Cast〗 https://watvmedia.org/
Повторяем попытку...
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео
-
Информация по загрузке: