ycliper

Популярное

Музыка Кино и Анимация Автомобили Животные Спорт Путешествия Игры Юмор

Интересные видео

2025 Сериалы Трейлеры Новости Как сделать Видеоуроки Diy своими руками

Топ запросов

смотреть а4 schoolboy runaway турецкий сериал смотреть мультфильмы эдисон
Скачать

Ukhozi FM noSiya Mhlongo othole ithuba lokuxoxa no Lwando Nyangiwe owaziwa ngelika-Jumbo

Автор: Ukhozi FM TV

Загружено: 2023-03-30

Просмотров: 1532

Описание: Ukhozi FM noSiya Mhlongo othole ithuba lokuxoxa no Lwando Nyangiwe owaziwa ngelika-Jumbo odabuka eMzimkhulu. Kulengxoxo bakhuluma ngokuningi okuthinta umculo.

UJumbo usixoxela ngegalelo likamama wakhe emculweni wakhe kanye nokudlula kuka mama wakhe emhlabeni. Ukholelwa ukuthi umama wakhe ubeyisibonelo kuye njengoba kade kungumuntu abukela kuye.

Sithola ngobudlelwane bakhe nomculi osasishiya emhlabeni, uSfiso Ncwane. Uthi ukholelwa ukuthi okwenza umculo wakhe ucishe ufane nowalo mculi, ukuthi bobabili benze Isicathamiya ngaphambi kokwenza i-Gospel. Yikho lokhu okwenza umculo wabo weGospel uhluke kakhulu kulo ojwayelekile.

Usicobelela ngokumsebenzelayo ukuze ahlale engumculi ovelele ngaso sonke isikhathi. Uphinde azivocavoce avakashele nodokotela ukuze ezozigcina enempilo futhi nesimo sakhe sengqondo sihlezi sisesimeni esihle.

Ukhuthaza ukuthi uma ungumuntu kumele uhloniphe abantu osebenzisana nabo uphinde ukwazi ukuboniseka. UJumbo ukholelwa ukuthi lokhu kungasebenzela abaningi njengoba naye kumusebenzela.

Uyabonga uthando aluthola kubalandeli bakhe futhi uyacela ukuba baqhubeke bemeseke njalo emsebenzini wakhe. "Uma kuphumelela mina, kuphumelela nabalandeli bami" kuchaza uJumbo.

#UkhoziFMTV #UkhoziFM

Не удается загрузить Youtube-плеер. Проверьте блокировку Youtube в вашей сети.
Повторяем попытку...
Ukhozi FM noSiya Mhlongo othole ithuba lokuxoxa no Lwando Nyangiwe owaziwa ngelika-Jumbo

Поделиться в:

Доступные форматы для скачивания:

Скачать видео

  • Информация по загрузке:

Скачать аудио

Похожие видео

uTshathugodo Ngobe owumsakazi wo Khozi FM ugeqe amagula ngohambo lwempilo yakhe| Sbu Buthelezi

uTshathugodo Ngobe owumsakazi wo Khozi FM ugeqe amagula ngohambo lwempilo yakhe| Sbu Buthelezi

Uma ungumthandi wemidlalo kamabonakude uyamazi uNkanyiso Mchunu ngamava akhe kwezika qedisizungu.

Uma ungumthandi wemidlalo kamabonakude uyamazi uNkanyiso Mchunu ngamava akhe kwezika qedisizungu.

Beautiful Worship for Jesus: Peaceful Songs to Touch Your Soul

Beautiful Worship for Jesus: Peaceful Songs to Touch Your Soul

СВО могут свернуть досрочно: Кремль реагирует на Трампа /№1078/

СВО могут свернуть досрочно: Кремль реагирует на Трампа /№1078/

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube - The Wife

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube - The Wife

Yeyeye on Woza Nabangani Bakho with Tshata Ngobe | Ukhozi FM PART 1

Yeyeye on Woza Nabangani Bakho with Tshata Ngobe | Ukhozi FM PART 1

Вот почему евреи богатеют, а вы нет! Пять правил, о которых молчат

Вот почему евреи богатеют, а вы нет! Пять правил, о которых молчат

Izinsizwa zigiya kwaGwala kugujwa usuku lokuzalwa luka Bonginhlanhla Gwala.

Izinsizwa zigiya kwaGwala kugujwa usuku lokuzalwa luka Bonginhlanhla Gwala.

U JUMBO EDLALA EKA KHUZANI 🔥🔥NTENCANE 🔥🔥 KANYE NEYENKULULEKO(COTHOZA MFANA)

U JUMBO EDLALA EKA KHUZANI 🔥🔥NTENCANE 🔥🔥 KANYE NEYENKULULEKO(COTHOZA MFANA)

Арестович: Можно ли поменять курс войны? Дневник войны.

Арестович: Можно ли поменять курс войны? Дневник войны.

Nami Iyangishunqela Inthuthu!

Nami Iyangishunqela Inthuthu!

Почему японцы едят много соли и живут до 90? Ответ вас удивит

Почему японцы едят много соли и живут до 90? Ответ вас удивит

Sithole ithuba lokuba nengxoxo no Sphelele uMthakashana Mathonsi

Sithole ithuba lokuba nengxoxo no Sphelele uMthakashana Mathonsi

Ukhozi FM TV: Sikhuluma nosaziwayo odume kakhulu ezinkundleni zokuxhumana uSizwe Mdlalose

Ukhozi FM TV: Sikhuluma nosaziwayo odume kakhulu ezinkundleni zokuxhumana uSizwe Mdlalose

Ucacise eyokushada nowobilili obubodwa waveza izinhlelo anazo maduze u Zimdollar Biyela wo Khozi FM

Ucacise eyokushada nowobilili obubodwa waveza izinhlelo anazo maduze u Zimdollar Biyela wo Khozi FM

UJumbo ushiye umndeni wakaBK MCHUNU ududuzekile ngosuku lomngcwabo

UJumbo ushiye umndeni wakaBK MCHUNU ududuzekile ngosuku lomngcwabo

Ноги мёрзнут и тяжелеют? Сделайте ЭТО — и кровь пойдёт за 10 минут

Ноги мёрзнут и тяжелеют? Сделайте ЭТО — и кровь пойдёт за 10 минут

UHashi wangilobola ngo R180

UHashi wangilobola ngo R180

Шенділердің әйелдері өздерінен неге бай? | АПТАЛЫҚ ШОЛУ

Шенділердің әйелдері өздерінен неге бай? | АПТАЛЫҚ ШОЛУ

ЖАҢА ДЕРЕКТЕР ПАЙДА БОЛДЫ! | Атырау облысы Жангелдин ауылы

ЖАҢА ДЕРЕКТЕР ПАЙДА БОЛДЫ! | Атырау облысы Жангелдин ауылы

© 2025 ycliper. Все права защищены.



  • Контакты
  • О нас
  • Политика конфиденциальности



Контакты для правообладателей: [email protected]