SOWETO TV NEWS | UNGQONGQOSHE WEZEZIMALI WETHULA ISABELOMALI ESIHLABA UMXHWELE
Автор: Soweto TV
Загружено: 2026-02-27
Просмотров: 79
Описание: UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana usethule isabelomali uhulumeni asichaza njengezindaba ezihlaba umxhwele, lapho eyikhahlele khona ngazo zombili eyemali eyizigidigidi ezingu-20 zamarandi obekuhlelwe ukwenyuswa ngayo intela, wabe ethula amaqhinga okuxazulula le nkinga ebidingelwa ukwenyuswa kwentela. Lesi sabelo mali sethule izinguquko kumikhawulo yentelo kanye nemikhawulo ehlobene nokonga imali, okuhloswe ngayo ukunciphisa ingcindezi kubakhokhi bentela.UMgcinimafa kazwelonke uphinde waveza ukusimama komnotho, ukwehla kwentengo yempahla, kanye nokusimama kokusetshenziswa kwezimali zomphakathi maphakathi nesigaba sonyaka wezimali.
Повторяем попытку...
Доступные форматы для скачивания:
Скачать видео
-
Информация по загрузке: